Ispoki Esingafi
Khuzani
4:29Baqinisile abadala umabethi isalakutshela impela sibona ngomopho Ngake ngasiz' umuntu bangitshela abantu uzoy'tshela Aw'buke usehlulile Isalakutshela impela sibona ngomopho Ngake ngasiz' umuntu bangitshela abantu uzotholakala Aw'buke esey'tshela, aw'bheke esey'tshela Aw'buke esey'tshela Bangitshela abadala bathi uzoy'tshela Aw'buke esey'tshela Isalakutshela impela sibona ngomopho Bangitshela bangihleka bangihleba bathi uzong'jikela buka uzoy'tshela Aw'bhek nazi izitha zami kodwa (Izitha zami kodwa izitha zami yiboke abantu engabasiza) (Ukuba ang'zange ngisiz' umunt' emhlabeni ngabe anginazitha) Aw'bhek nazi izitha zami kodwa (Izitha zami kodwa izitha zami yiboke abantu engabasiza) (Ukuba ang'zange ngisiz' umunt' emhlabeni ngabe anginazitha) Babehluphekile bona (Izitha zami zami yibo labantu engabasiza) (Ukuba ang'zange ngisiz' umunt' emhlabeni ngabe anginazitha) Aw'bheke nasi' isitha sami Kodwa (isitha sami wuye lomunt' engam'siza) (Ukuba ang'zange ngisiz' umunt' emhlabeni ngabe anginazitha) Ang'so'phinde ngithemb' umuntu ezweni (Izitha zami zi number zanele) Ang'so'phinde ngthemb' umuntu ezweni (Ngoba banjalo mang'siz umuntu baba yizitha) Ang'sobe ngthemb umuntu ezweni (Izitha zami zi number zanele) Ngoba (ngoba banjalo mang'siz umuntu baba yizitha) (Izitha zami zi number zanele) (Mina njalo mang'siz' umuntu baba yizitha) Baqinisile abadala umabethi isalakutshela impela sibona ngomopho (Ukuba ang'zange ngisiz' umunt' emhlabeni ngabe anginazitha) Aw'buke uzongena la (Izitha zami yiboke abantu engabasiza) aw'buke usejikile (Ukuba ang'zange ngisiz' umunt' emhlabeni ngabe anginazitha) Aw'buke usejikile (izitha zami yiboke abantu engabasiza)