Ispoki Esingafi
Khuzani
4:29Oh sasthandana impela kwakungekh'esasvumelene ngakho Oh sasthandana impela kodw'akukh'esasvumelene ngakho Oh sasthandana impela esasvumelene ngakho Wathi kim unomtwana Ngathi nami ngnomuntu engithandana naye Wathi kim unendoda Ngathi nami ngnomuntu engithandana naye Oh sasthandana impela kwakungekh'esasvumelene ngakho Wendaba zomjolo ngicela ziphelele emjolweni Oh sasthandana impela kodw'akukh'esasvumelene ngakho Wendaba zomjolo ngicela ziphelele emjolweni Wena njengoba usunomtwana nam (Usufun'umshado) Njengoba usunomtwana nje (Usufun'ukuba wedwa) Njengoba usunomtwana nje (Usufun'umshado) Njengoba usunomtwana nje wendaba zomjolo (Usufun'ukuba wedwa) Wendaba zomjolo ay'ziphelele emjolweni Wena njengoba usunomtwana nam (Usufun'umshado) Njengoba usunomtwana nje (Usufun'ukuba wedwa) Njengoba usunomtwana nje (Usufun'umshado) Njengoba usunomtwana nje wendaba zomjolo (Usufun'ukuba wedwa) Wendaba zomjolo ay'ziphelele emjolweni Wen'usufun'ukuba wedwa Wen'usufun'ukuba wedwa Wen'usufun'ukuba wedwa Wendaba zomjolo may'phelele emjolweni Uw'owavuma uwannginik'uthando Nguwowavuma ngothando lwethu Uw'owavuma uwannginik'uthando Nguwowavuma ngothando lwethu Wena njengoba usunomtwana nam (Usufun'umshado) Njengoba usunomtwana nje (Usufun'ukuba wedwa) Njengoba usunomtwana nam (Usufun'umshado) Njengoba usunomtwana nje wendaba zomjolo (Usufun'ukuba wedwa) Wendaba zomjolo ay'ziphelele emjolweni Njengoba usunomtwana nam (Usufun'umshado) Njengoba usunomtwana nje (Usufun'ukuba wedwa) Njengoba usunomtwana nam (Usufun'umshado) Njengoba usunomtwana nje wendaba zomjolo (Usufun'ukuba wedwa) Wendaba zomjolo ay'ziphelele emjolweni Uw'owavuma uwannginik'uthando Nguwowavuma ngothando lwethu Uw'owavuma uwannginik'uthando Nguwowavuma ngothando lwethu Njengoba usunomtwana nam (Usufun'umshado) Njengoba usunomtwana nje (Usufun'ukuba wedwa) Njengoba usunomtwana nam (Usufun'umshado) Njengoba usunomtwana nje wendaba zomjolo (Usufun'ukuba wedwa) Wendaba zomjolo ay'ziphelele emjolweni Njengoba usunomtwana nam (Usufun'umshado) Njengoba usunomtwana nje (Usufun'ukuba wedwa) Njengoba usunomtwana nam (Usufun'umshado) Njengoba usunomtwana nje wendaba zomjolo (Usufun'ukuba wedwa) Wendaba zomjolo ay'ziphelele emjolweni