Amabele Entombi
Khuzani
4:12Wena mtanami njengoba uye sikoleni Wena ngiyacela ubolalela imiyalo yo thisha Wena mtanami njengoba uyesikoleni uyonfunda Wena ngiyacela ubolalela imiyalo yabo Wena mtanami njengoba uye sikoleni Wena ngiyacela ubolalela imiyalo yo thisha Wena mtanami njengoba ngikukhulisa nje Wena ngiyacela ubolalela imiyalo yabo Kukhon' uthando kukhon' uthando Kukhona lento ebulala abantu kanzima Khukhon' uthando ay woni kukhon' uthando Kukhona lento leyok' ubuyisela emuva Kukhon' uthando kukhon' uthando Kukhona lento eyabulala abantu kanzima Khukhon' uthando ay woni kukhon' uthando Kukhona lento leyok' ubuyisela emuva Wena mtanami ngakuthumela esikoleni uyofunda Wena wafika wadlala ama ntombazane Mtanami ngakuthuma esikoleni uyofunda Wena wafika wadlala abafana Wena mtanami ngakuthumela esikoleni uyofunda Wena wafika wadlala ama ntombazane Mtanami ngakuthuma esikoleni uyofunda Wena wafika wadlala abafana Awu mntanami kungani na Aw mtanami kungani ngawe Awu mntanami kungani ngawe Ukuthi udlale nge thalent lakho Wena mntanami ngakuthuma esikoleni (ngelekelekelele) Wena wafika wadlala amantombazana (ngelekelekelele) Mtanami ngakuthuma esikoleni uyofunda (ngelekelekelele) Wena wafika wadlala abafana (Kuleli khaya ngifuni nifane nami) Aw mntanami (nglekelele) kungani Aw mntanami kungani (nglekelele) ngawe Awu mntanami kungani (nglekelele) Ukuthi udlale nge thalent lakho (Kululeli khaya ngifuni nifane nami) Kukhon' uthando kukhon' uthando Kukhona lento ebulala abantu kanzima Kukhon' uthando ay woni kukhon' uthando Kukhona lento le ebulala abantu (Kululeli khaya ngifuni nifane nami) Aw mntanami kungani Aw mntanami kungani ngawe Awu mntanami kungani na Ukuthi udlale nge thalent lakho Mina angifundanga, mina kangifundanga Umama wakho naye akafundanga nje Mina angifundanga, mina kangifundanga Hho kuleli khaya kangifuni nifane nami Mina angifundanga (mina kangifundanga) umama wakho naye akafundanga nje Mina angifundanga, mina kangifundanga