Impumelelo Yaphakade
Khuzani
4:41Thina syogcina sinqab'usizo lwabantu ezweni (Umuntu mayeksiza uhamb'ekhuluma) (Ethi nimbona nje unjenjenje wenzewa yimi thina sogcina silunqab'usizo lwabantu) Thina syogcina sinqab'usizo lwabantu ezweni (Umuntu mayeksiza uhamb'ekhuluma) (Ethi nimbona nje unjenjenje wenzewa yimi thina sogcina silunqab'usizo lwabantu) Thina syogcina sinqab'usizo lwenu(Umuntu mayeksiza uhamb'ekhuluma) (Ethi nimbona nje unjenjenje wenzewa yimi thina sogcina silunqab'usizo lwabantu) Thina syogcina sinqab'usizo lwabantu(Umuntu mayeksiza uhamb'ekhuluma) (Ethi nimbona nje unjenjenje wenzewa yimi thina sogcina silunqab'usizo lwabantu) Umthetho wegagu elihamb'likhuluma (Umuntu mayeksiza uhamb'ekhuluma) (Ethi nimbona nje unjenjenje wenzewa yimi thina sogcina silunqab'usizo lwabantu) Ngake ngasizw'umuntu enganginethemba ngazithol'ngisenkingeni Wayefun' nglokhe ngimlandela Ngake ngasizw'umuntu owayenemali eningi ngazithol'ngisenkingeni Wayefuna nglokhe ngimthandaza Ngake ngasizw'umuntu owayenemali ening ngazithol'ngisenkingeni Wayefun' nglokhe ngimlandela Ngazithola ngsenkingeni (Wayefun' nglokhe ngimlandela) Ngazithola ngsenkingeni (Wayefun' nglokhe ngimlandela) Ngazithola ngsenkingeni (Wayefun' nglokhe ngthandaza) Ngazithola ngsenkingeni (Wayefun' nglokhe ngimlandela) Wayekanis'abantu amafoni (Wayefun' nglokhe ngimthandaza Ngake ngasizw'umuntu enganginethemba ngazithol'ngisenkingeni Wayefun' nglokhe ngimlandela Thina syogcina sinqab'usizo lwabantu ezweni (Umuntu mayeksiza uhamb'ekhuluma) (Ethi nimbona nje unjenjenje wenzewa yimi thina sogcina silunqab'usizo lwabantu)