Njalo
Lasauce
3:31Sthandwa anginawo aminingi Injabulo yakho igcwele kimi Inhliziyo yami ingaba yini? Uthando lungbeka emafini Oh love wanelisa imizwa yami Oh love wena ulithemba lami Oh love wanelisa imizwa yami Oh love wena ulithemba lami Baby Mfundumalo yami yasebusika Umoya wami uhlalu-happy Uwena wedwa ongokhethekile Baby baby Mfundumalo yami yasebusika Umoya wami uhlalu-happy Uwena wedwa ongokhethekile Sthandwa anginawo aminingi Injabulo yakho igcwele kimi Inhliziyo yami ingaba yini Uthando lungbeka emafini Baby noma, inini uhlele wazi unekhaya lakimi Noma ungenami, imizwa yami iyakhubiza Ithi sondela, (sondela), oh baby ngithi sondela la kimi Baby sondela, (sondela), baby ngithi sondela lakimi Baby Mfundumalo yami yasebusika Umoya wami uhlalu-happy Uwena wedwa ongokhethekile Baby baby Mfundumalo yami yasebusika Umoya wami uhlalu-happy Uwena wedwa ongokhethekile Sthandwa anginawo aminingi Injabulo yakho igcwele kimi Inhliziyo yami ingaba yini? Uthando lungbeka emafini Sthandwa anginawo aminingi Injabulo yakho igcwele kimi Inhliziyo yami ingaba yini? Uthando lungbeka emafini Noma ungenami baby