Umoya Wami
Lindani Gumede
3:53Bengiyoba yini Ngaphandle Kwakho Jesu, Jesu Bengiyoba yini Ngaphandle Kwakho Jesu, Jesu Ngaphandle Kwakho Jesu (Bengiyoba yini) Ngaphandle Kwakho (Ngaphandle Kwakho) Simakade (Jesu) Nomuzi wami (Jesu) Ngaphandle Kwakho Simakade (Bengiyoba yini) Bengiyoba yini (Ngaphandle Kwakho) Oh Jesu (Jesu) Heyi wena Baba (Jesu) Akekho ofana Nawe empilweni yami (Bengiyoba yini) (Ngaphandle Kwakho) Ngiyabonga Baba (Jesu) Ngiyabonga Simakade (Jesu) Baba ngiph'amandla ngingakhohlwa La ungidlulise khona Nalapho ungiweze khona Ngiyabonga Baba Ngibong'umusa Wakho Ongenzele wona Baba Ukube wena wawungekho Ngabe ngaphelel'endleleni (Bengiyoba yini) Owu ngaphandle Kwakho (Ngaphandle Kwakho) Ukube wena wawungekho (Jesu) Weh Jesu Baba wami (Jesu) Bengiyoba yini Baba (Bengiyoba yini) Bengiyoba yini (Ngaphandle Kwakho) Owu Baba (Jesu) Owu Jesu (Jesu) Wena Somandla unomusa angapheliyo (Bengiyoba yini) Sengilokhu sengikubonile la kimi (Ngaphandle Kwakho) Nawe mzalwane usengasebenza (Jesu) Nakuwe laph'ekhaya (Jesu) Bengiyoba yini Jesu (Bengiyoba yini) (Ngaphandle Kwakho) Ngiyabonga Baba (Jesu) Weh Jesu (Jesu) Ngithi Jehovah Ebenezer (Bengiyoba yini) Simakade (Ngaphandle Kwakho) Akekh'onje Ngawe (Jesu) Ngiyabonga mina Baba (Jesu) Ngibong'uthando Lwakho (Bengiyoba yini) Oh ngaphandle Kwakho (Ngaphandle Kwakho) Weh Jesu (Jesu) Weh ma, weh Jesu (Jesu) Hmm Jesu