Something Inside So Strong
Lira
4:29Nguwe lo bengimcela kumdali wam Mangikhuleka ngingedwa Ngicela uthathe isandla sam Unginike uqobo lwakho Kuze kube ngunaphakade Naphakade naphakade Ngifuna ukuba nawe namhlanje Kuze kube ingunaphakade Kuze kube ngunaphakade Sengimtholile ngizohlala naye Ngakhe impilo naye Ngimthokozise Wena uyintokozo yami (Uyisipho esihle) Empilweni yam Ivulekile inhliziyo yam Oh manje sengiholwa nguthando Oh ngikunika lonke ithembalami Oh akukho ukungabaza Ngingowakho naphakade naphakade Ngifuna ukuba nawe namhlanje Kuze kube ingunaphakade Ngifuna ukuba nawe ngoba Ngibonga ngalo oluthando (Ongipha lona) Ngibonga nangehlonipho (Ongibonisa yona ) Ngibonga nange gama lakho (Ongipha lona lona lona ) Naphakade Naphakade naphakade Ngifuna ukuba nawe namhlanje Kuze kube ingunaphakade Ngifuna ukuba nawe naphakade Naphakade naphakade Ngifuna ukuba nawe namhlanje Kuze kube ingunaphakade Ngifuna ukuba nawe naphakade Naphakade naphakade Ngifuna ukuba nawe namhlanje Kuze kube ingunaphakade Ngifuna ukuba nawe naphakade