Ngiyakuthanda
Lucky Dube
3:05Izwe lonakele, amasikw'awasaziwa madoda Izwe lonakele amasikw'awasaziwa madoda Lonakele amasikw'awasaziwa whee bakithi Ngithe ngifun'imvula mlomo, wath'akayazi Ngafun'isehla mthini Wathi kulula mkhwe wami Ngizokubekel'istepisi wehle ngaso Ngithe ngifun'ivula mlomo, wath'akayazi Ngafun'isehla mthini Wathi kulula mkhwe wami Ngizokubekel'istepisi, wehle ngaso Ngafun'ibhaysikili, wathi lutho mkhwe wami Akhon'amabhasi, thath'iphulimeni Izwe lonakele amas'ikw'awasaziwa webakithi Lonakele amasik'awasaziwa webakithi Ngithe ngifuni vula mlomo, wath'akayazi Ngafun'isehla mthini Wathi kulula mkhwe wami Ngizokubekel'istepisi wehle ngaso Ngithe ngifuni mvula mlomo, wath'akayazi Ngafun'isehla mthini Wathi kulula mkhwe wami Ngizokubekel'istepisi, wehle ngaso Ngafun'ibhaysikili, wathi lutho mkhwe wami Akhon'amabhasi, thath'iphulimeni