Notice: file_put_contents(): Write of 639 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Lucky Dube - Uze Ungikhumbule | Скачать MP3 бесплатно
Uze Ungikhumbule

Uze Ungikhumbule

Lucky Dube

Альбом: Umadakeni
Длительность: 4:36
Год: 2006
Скачать MP3

Текст песни

Uzoziqhenya, kanjani na?
Uma ulahla igazi lakho?
Uzoziqhenya, kanjani na?
Uma ungangazi nala ngikhona?

Noma ngabe kuphi la ukhona
Uzungikhumbule
Ngoba mina ngiyakuthanda

Noma ngabe utshwala sebudlala ngawe
Uzungikhumbule
Ngoba ngiyakuthanda

Ngikhumbula wena Baba
Ngikhumbula wena Baba
Ngikhumbula wena Baba uma sekunje

Ngikhumbula wena Baba
Ngikhumbula wena Baba
Ngikhumbula wena Baba, sengingakwazi nje

Noma ngab'utshwala, sebudlala ngawe
Uzungikhumbule, ngoba ngiyakuthanda

Ukwehlukana kwakho nomama
Kwakungafanele kujezise mina

Noma nixabene kwakufanele uzole
Size sikwazi ukuzimela nathi

Nom' ingab'ukuphi la ukhona
Uzungikhumbule
(Ngoba mina ngiyakuthanda)

Noma ngab'utshwala sebudlala ngawe
Uzungikhumbule ngoba ngiyakuthanda

Ngikhumbula wena Baba
Ngikhumbula wena Baba
Ngikhumbula wena Baba, uma sekunje

Ngikhumbula wena Baba
Ngikhumbula wena mama
Ngikhumbula wena Baba, sengingakwazi nje