Uthando Lukababa

Uthando Lukababa

Lundi

Альбом: Mphefumlo Wami
Длительность: 4:07
Год: 1998
Скачать MP3

Текст песни

Uthando lukababa
Lunje njengolwandle bo
Lubanzi lujulile
Luyazeka kimi bo

Lwafinyelela kimi
Ngisezonweni zam
Alwaze lwangihlula
Lwangi sindisa nam

Oh baba ngiyabonga
Nange nnhliziyo yam
Sengiyaphuma kithi
Ungu msindisi wam

Ngizo kwethemba njalo
Ngise semhlabeni
Izo kukhonza futhi
Ngothando enhliziyweni

Uthando lukababa
Lunje njengolwandle bo
Lubanzi lujulile
Luyazeka kimi bo

Lwafinyelela kimi
Ngisezonweni zam
Alwaze lwangihlula
Lwangi sindisa nam

Oh baba ngiyabonga
Nange nnhliziyo yam
Sengiyaphuma kithi
Ungu msindisi wam

Ngizo kwethemba njalo
Ngise semhlabeni
Izo kukhonza futhi
Ngothando enhliziyweni

Oh baba ngiyabonga
Nange nnhliziyo yam
Sengiyaphuma kithi
Ungu msindisi wam

Ngizo kwethemba njalo
Ngise semhlabeni