Ngibizelen' Amaphoyisa (Feat. Shenge Wasehlalankosi)
Mahostela 97
3:28Nhliziyo yami iphukile Ayisakwazi ukwamkel' uthando Mina ngalimala Mina ngalinyazwa ngumntu engang'methemba Nhliziyo yami iphukile Ayisakwazi ukwamkel' uthando Mina ngalimala Mina ngalinyazwa ngumntu engang'methemba Nhliziyo yami iphukile Ayisakwazi ukwamkel' uthando Yeyi, mina ngalimala Mina ngalinyazwa ngumntu engang'methemba Ngicel' ungitshele we mngani Ukhethani phakathi kothando no tshswala? Mina angisafuni mjolo eduze kwami Ngicel' ungitshele wemngani Ukhethani phakathi kothando no tshswala? Mina angisafuni mjolo eduze kwami Ngicel' ungitshele wemngani Yeyi ngikheth' utshwala ngoba abukaze bangihlukumeza Kanti emjolweni bakwenzani? Yee babulal' nhliziyo bejike bekushiye kanjalo Ngicel' ungitshele wemngani Yeyi ngikheth' utshwala ngoba abukaze bangihlukumeza Hhawu kanti abafana bakwenzani? Yee babulal' nhliziyo bejike bekushiye kanjalo Ngicel' ungitshele wemngani Yeyi ngikheth' utshwala ngoba abukaze bangihlukumeza Hhawu kanti emjolweni bakwenzani? Yee babulal' nhliziyo bejike bekushiye kanjalo Iyah woh, ngikheth' utshwala ngoba abukaze bangihlukumeza Yee babulal' nhliziyo bejike bekushiye kanjalo Ngicel' ungitshele we mngani Ukhethani phakathi kothando no tshswala? Mina angisafuni mjolo eduze kwami Ngicel' ungitshele wemngani Yeyi ngikheth' utshwala ngoba abukaze bangihlukumeza Hhawu, kanti emjolweni bakwenzani? Yee babulal' nhliziyo bejike bekushiye kanjalo Ngicel' ungitshele wemngani Yeyi ngikheth' utshwala ngoba abukaze bangihlukumeza Hhawu kanti abafana bakwenzani? Yee babulal' nhliziyo bejike bekushiye kanjalo Yeyi ngikheth' utshwala ngoba abukaze bangihlukumeza