Mabebuza (Mdu Aka Trp Remix)
Maline Aura, Drega, & Mdu Aka Trp
7:23Bang'bona ngizithulele Banomsindo bangfuna ngiswele Anginandaba mina Lomhlaba ngyaz'philela mina Bang'bona ngizithulele Banomsindo bangfuna ngiswele Anginandaba mina Lomhlaba ngyaz'philela mina Mabebuza nginjani Mina vele ngihleke Ngyabatshela mina Ang'soze ngiphele Mabebuza nginjani Mina vele ngihleke Ngyabatshela mina Ang'soze ngiphele Mina ang'lali Ngehla ng'nyuka Ngifuni imali Uk'hlupheka mina angik'thandi Nendoda engenamali Mina ang'lali Ngehla ng'nyuka Ngifuni imali Uk'hlupheka mina angik'thandi Nendoda engenamali Mabebuza nginjani Mina vele ngihleke Ngyabatshela mina Ang'soze ngiphele