Igcokama Nendlamlenze
Mashelela
4:49Wena uthi awuyiloboli intombi esinomtwana manje uthini ngalena owayizalisa wayishiya manje uthini ngalena owayizalisa wayishiya uthi ayithathwe uban ngoba sinomtwana. Uthini ngalena owayizalisa wayishiya Uthi ayithathwe uban ngoba sinomtwana. Shuthi wawungenanhloso wayimoshela ikusasa layo haaaa wuuuu uthi ayithathwe ubani. Uthi awuyiloboli intombi esinomtwana. Uthini ngalena owayizalisa wayishiya. Niyadlala ngomama boEnzo Yey nina kanti nibashiya kanje senibone abancono . Nina niyadlala ngomama boEnzo Yey nina kanti nibashiya kanje senibone abancono Hamb hamba uyoyilobola , aaaa hhawuuu kanti udlala ngayo ngoba uthemb ubusoka.