Kwajikijiki
Mashelela
4:33Haibo sthandwa sami ungiphethe kahle dali. Haibo sthandwa sami ungiphethe kahle dali wami. Haai aaiii.aaai lwaze lwamnandi uthando Phakade lami ,njabulo yami. Sthandwa sami ungiphethe.kahle dali wami. Mangithi nginenhlanhla nawe uthi unenhlanhla. Mangithi umuhle nawe uthi ngimuhle. Mangithi ngiyazifela nawe uthi uyazifela ngami. Mina ngathandaza ngathi ngifun umuntu onjengawe ,uyabona loluthando olwamazulu. Mina ngathandaza ngathi ngifun umuntu onjengawe ,uyabona loluthando olwamazulu. Ngathandazaaaa aaa ngifun umuntu onjena ,uyabona loluthando olwamazulu. Leyonhliziyo yakho enothando lwami sekuyikhaya lenjabulo yami. Leyonhliziyo yakho enothando lwami sekuyikhaya lenjabulo yami Mina ngijabule kanje iloluthando lwakho.