Bengicela (Feat. Jazzwrld)
Mawhoo
5:59Iye, hhi Iye, hhi Yeye Iyeye, eh Iye, eh Iye, eh, eh, eh, eh Ayi, yeh, iye Ngoba ukwehla kwezinyembezi Ukuxola kwenhliziyo Uguqe phansi ngedolo, ukuphola kwenhliziyo Ngoba ukwehla kwezinyembezi Ukuxola kwenhliziyo Kuguqwe phansi ngedolo, ukuphola kwenhliziyo Hhayi ngilimele, kubuhlungu Ngizokhala kuzwe bani na? Mina ngilimele, kubuhlungu Ngizokhala kusabele bani na? Hhayi ngilimele, kubuhlungu Ngizokhala kuzwe bani na? Mina ngilimele, kubuhlungu Ngizokhala kusabele bani na? Umm, ngiyazi ulimele sthandwa sami Kungenxa yami Mina ngivuma iphutha ngelami Bengenza kancono Umm, woh, sthandwa sami Ayihlale phansi ibamb'umthetho sthandwa sami Mina ngivuma iphutha ngelami Futhi bengenza kancono Hhayi, ngilimele (ngilimele) Kubuhlungu (kubuhlungu) Ngizokhala kuzwe bani na? (Ngoba ngikhona njena) Mina ngilimele (wena ulimele) Kubuhlungu (kubuhlungu) Ngizokhala kusabele bani na? (Umm-woh) Hhayi, ngilimele (ulimele) Kubuhlungu (futhi kubuhlungu) Ngizokhala kuzwe bani na? (Sengiyezwa wee) Mina ngilimele (wena ulimele) Kubuhlungu (kubuhlungu) Ngizokhala kusabele bani na? Ngoba ukwehla kwezinyembezi (woh) Ukuxola kwenhliziyo (hhayi, yeh) Uguqe phansi ngedolo, ukuphola kwenhliziyo (hhayi, yeh) Hhayi ngilimele, kubuhlungu (iyoh) Ngizokhala kuzwe bani na? (Hhayi, yeh) Mina ngilimele, kubuhlungu (hhayi, yeh) Ngizokhala kusabele na?