Isimonondiya
Mbuzeni
4:04Hawu wawu Nginezinkinga othandweni Howu ngiyakhala weh Hawu wawu Nginezinkinga othandweni Futhi zidalwa yimi lezinkinga Ngibe nephutha mina Kuwe mtanomuntu Ngokuthi ngijole nosisi wakho omncane Ngibe ngithandana nawe Ngibe nephutha mina Kuwe mtanomuntu Ngokuthi ngijole nosisi wakho omncane Ngibe ngithandana nawe Hawu wawu Nginezinkinga othandweni Hawu wawu Hayi weh (Cishe ngalahl'okukhona ngokungekho) Hawu wawu Iyeye malo Hawu wawu Woh ngiyakhala (Cishe ngalahl'okukhona ngokungekho) Ngibe nephutha mina (Ngibe nephutha kuwe) Kuwe mtanomuntu (Ngokuthi ngijole nosisi wakho omncane) Mtanomuntu (Ngibe ngithandana nawe) Ngibe nephutha ngixolele (Ngibe nephutha kuwe) Hayi weh (Ngokuthi ngijole nosisi wakho omncane) Mtanomuntu (Ngibe ngithandana nawe) Hawu wawu Sengiyazisola mina Hawu wawu Hayi weh (Sengiyazisola mina) Hawu wawu Ngiyazisola mina Hawu wawu Hayi weh (Ngiyazisola mina) Ngibe nephutha mina Hawu wawu Iyeye malo Woh ngiyakhala weh Ngibe nephutha Bengifuna ukutshuza (Ngibe nephutha kuwe) Hawu mtanomuntu (Ngokuthi ngijole nosisi wakho omncane) Sithandwa sami (Ngibe ngithandana nawe) Ngibe nephutha ngixolele (Ngibe nephutha kuwe) Woh xolela (Ngokuthi ngijole nosisi wakho omncane) Hayi weh (Ngibe ngithandana nawe) Hawu wawu Ngiyazisola mina Hawu wawu Hayi weh (Ngiyazisola mina) Hawu wawu Ngiyazisola mina Hawu wawu Hayi mtanomuntu (Ngiyazisola mina) Hayi mtanomuntu Hawu wawu Ngixolele (Cishe ngalahl'okukhona ngokungekho) Hawu wawu Iyeye malo Hawu wawu Woh ngiyakhala (Cishe ngalahl'okukhona ngokungekho) Hawu wawu Iyeye malo Hawu wawu Cishe ngalahl'okukhona ngokungekho