My Baby Yo (Feat. Lwah Ndlunkulu)
Mduduzi Ncube
3:16Angisenaw' amagama Dali mangikubona ngiyajula Ngifisa bayabona ngyakthanda Wena uliphupho lifezeka Intliziyo yami igcwel' uthando Ibabaz' ubuhle andimboni omunye Angisakhoni angisakhoni angisakhoni Vele nabanye angibaboni, angibaboni, angibaboni Angisakhoni angisakhoni angisakhoni Vele nabanye angibaboni, angibaboni angibaboni Wemalavi, my dali, sthandwa sam sondela My love, my dali, sthandwa sondela Wemalavi, my dali, sthandwa sam sondela My love, my dali, sthandwa sam sondela Baningi dali kulomhlaba ngikhethe wena Intliziyo yami igcwel' uthando mntano muntu Mangim'bheka akhophoze Ashay'ismile ebheke le Ngithi ngikhethe kahle Njabulo yami ikhuphuke Mangingalala ngimbonile Ngincuma bon'ubusuku bonke Dali wami ngik'ding'eduze kwami Angisafune lutho ngawe I see my future in your smile Uthando lwami lwakhe likuwe Angisakhoni angisakhoni angisakhoni Vele nabanye angibaboni, angibaboni, angibaboni Angisakhoni angisakhoni angisakhoni Vele nabanye angibaboni, angibaboni angibaboni Wemalavi, my dali, sthandwa sam sondela My love, my dali, sthandwa sondela Wemalavi, my dali, sthandwa sam sondela (Sthandwa sondela) My love, my dali, sthandwa sam sondela (Dali sondela) Madali sondela Madali sondela Njabulo yami ikhuphuke Mangingalala ngimbonile Ngincuma bon'ubusuku bonke Dali wami ngik'ding'eduze kwami Angisafune lutho ngawe I see my future in your smile Uthando lwami lwakhe likuwe Angisakhoni angisakhoni angisakhoni Vele nabanye angibaboni, angibaboni, angibaboni Angisakhoni angisakhoni angisakhoni Vele nabanye angibaboni, angibaboni angibaboni Wemalavi, my dali, sthandwa sam sondela My love, my dali, sthandwa sondela Wemalavi, my dali, sthandwa sam sondela (Sthandwa sam' sondela) My love, my dali, sthandwa sam sondela (Dali sondela) Madali sondela Madali sondela Sondela Sondela