Amablesser (Feat. Dj Maphorisa)
Mlindo The Vocalist
3:29Ngifuno wami (Ngifuno wami) Ngifuno wami (Ngifuno wami) Ngifuno wami (Ngifuno wami) Ngizihambili zizwe zonke Ngifunongowami ngifunana nongowami Ngizihambili zizwe zonke Ngifunongowami ngifunana nongowami Sengitholile bambo lwami oh dali wami oh sondela kumi Sondela sondela sthandwa sami Sondela sondela sthandwa sami Mhlaba wonke wami phela dali nguwe Nxa wuseduze kwami dali ngijabule sondela my love Khululeka sthandwa kudala ngikukindile Oh mina ngeke ngivume ngihlehliswe nguwe,oh bambi sandla sami dali siyakudela Loluthando lwami dali olweminyaka Kudala ngibezwa bekhuluma ngawe Bethu'thando ludlalile ngawe sengikhona sthandwa musukukhala ayi ayi Mina nawe ngifuna sithandane kushobe amalanga ayi ayi Ngizihambili zizwe zonke Ngifunongowami ngifunana nongowami Sengitholile bambo lwami Oh dali wami oh sondela kumi Sondela sondela sthandwa sami Sondela sondela sthandwa sami Wethando lwami wena buyilithemba lami (Themba lami) Sondela lwami dali my dali bambo lwami (Bambo lwami) Thathu thando lwami Sondela lapha kumi Khethe wena wedali sthandwa sami (Sthandwa sami ) Angizibali izintaba Ngiwele amagquma namathafa Mina ngibheke kuwe Ngiwele izimfula my love Nxa ndifika kuwe ngithi sondela Ngizihambili zizwe zonke Ngifunongowami ngifunana nongowami Sengitholile bambo lwami oh dali wami oh sondela kumi (Sondela kum baby) Sondela sondela sthandwa sami (Sondela kumi baby) Sondela sondela sthandwa sami