Zalobol' Amavila
Mfaz' Omnyama
4:49Ebathenjini mpela ababhemi womina ngiyakhonza akuzwakali ngani na Ebathenjini mpela amadoda womina ngiyamemeza akuzwakali ngani na Ebathenjini mpela enhlanevuna wo ngiyamemeza mina akuzwakali ngani na Wemalume weNtodoma Wemalume weNtodoma (Sisho intotho engumalume) (Usebathenjini babhemi) Umalume wami uyintothoma ngiyamthanda (Sisho intotho engumalume) (Usenhlanevuna babhemi) Umalume (Sisho intotho engumalume) We ntothoma (Usebathenjini babhemi) Ekhaya komama (Sisho intotho engumalume) Ebathenjini (Usenhlanevuna babhemi) Ebathenjini Ekhaya komama Ekhaya komama (Elinye ikhaya komama futhi) Ekhaya komama (Lakhiwe le ezansi leNgolotshe) Ekhaya komama (Elinye ikhaya komama futhi) Ekhaya komama (Lakhiwe le ezansi leNgolotshe) Ekhaya komama Ebathenjini mpela enhlanevuna womina ngiyakhonza akuzwakali ngani na Ebathenjini ekhaya komama impela mina ngiyakhonza akuzwakali ngani na Ekhaya komama enhlanevuna (Zisho umalume wami uMlomo) Enhlanevuna (Noma engasekho madoda) Enhlanevuna (Ngohlala ngimkhumbula) Ebathenjini ekhaya komama (Zisho umalume wami uMlomo) Ebathenjini (Noma engasekho madoda) Ebathenjini (Ngohlala ngimkhumbula) Wexamalaza umalume wentotho engumalume (Zisho umalume wami uMlomo) Umalume wami umlomo (Noma engasekho madoda) (Ngohlala ngimkhumbula) Ngohlala ngimkhumbula(Zisho umalume wami uMlomo) (Noma engasekho madoda) (Ngohlala ngimkhumbula) (Zisho umalume wami uMlomo) Wentothonga (Noma engasekho madoda) Wentothonga (Ngohlala ngimkhumbula) Umalume wami madoda (Zisho umalume wami uMlomo) (Noma engasekho madoda) (Ngohlala ngimkhumbula) Ebathenjini mpela enhlanevuna womina ngiyakhonza kanti kanizwa ngani na Wemalume Wemalume (Elinye ikhaya komama futhi) We Ntothonga (Lakhiwe le ezansi leNgolotshe) Wemalume (Elinye ikhaya komama futhi)