Onke Lamadoda
Mfaz' Omnyama
4:55Kwamvelase bayangithanda mina Kwamvelase bayangithanda mina Ekhaya koMama eBathenjini bayangithanda mina Ekhaya koMama eNhlamefuna bayangithanda mina (mina bengingazi ukuthi ekhaya komama bangthanda kanjena) Bayangithanda mina (Ekhaya komama bengingazi ukuthi bangthanda kanjena) Bayangithanda mina (mina bengingazi ukuthi ekhaya komama bangthanda kanjena) Bayangithanda mina (Ngisho omalume bami ngeke ngibalibale) (Ngisho omalume bami ngeke ngibalibale) Ngeke ngibakhohlwe (Nomzala bami ngeke ngibalibale) Ngisho umangciza mina umzala (Nomzala bami ngeke ngibalibale) Mina ngeke ngibakhohlwe lekabomama (mina bengingazi ukuthi ekhaya komama bangthanda kanjena) Ngisho Ntothonga mina malume (mina bengingazi ukuthi ekhaya komama bangthanda kanjena) Ngisho Manciza mina (Ekhaya komama bengingazi ukuthi bangthanda kanjena) Mina ngeke ngibakhohlwe lekabomama (Ekhaya komama bengingazi ukuthi bangthanda kanjena) Bayangithanda mina (mina bengingazi ukuthi ekhaya komama bangthanda kanjena) Bayangithanda mina Hoshi Kwamvelase bayangithanda mina