Notice: file_put_contents(): Write of 614 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Mnqobi Yazo - Mzala | Скачать MP3 бесплатно
Mzala

Mzala

Mnqobi Yazo

Альбом: Impi
Длительность: 3:50
Год: 2020
Скачать MP3

Текст песни

MZALA

Chorus 

Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe siyaxabana
Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam uMzala

Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe siyaxabana
Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam uMzala

Askhulumeni askhulumeni wena Mzala
Askhulumeni askhulumeni wena Mzala
Askhulumeni askhulumeni wena Mzala
Askhulumeni askhulumeni wena Mzala

Verse 
Ei angifuni ukuqamba amanga kodwa angifuni sibuyele kulezinto zakudala
Ubab'wami nomamakho zange bazalwe bona kusukela kwakudala
Inkinga zabo zidinga imbuzi khona sumndeni sizoqala ukuthembana
Singathathi izinto zabantu abadala nathi besesiqala ukuzondana

Better do what is good noma kushikisha ufudu kuyomele sikhule
Kumele sikhule kumele sifunde njenge Vovo engqondweni kuyomele sihluze
Ngoba asiyazi impi yabo isukaphi iyophelelaphi nah
Ngoba asiyazi Impi isukaphi iyophelaphi nah

Yheeeeemmmh ( Yheeeeemmmh)
Yheeeeemmmh ( Yheeeeemmmh)
Wololo wemama njena weeeeeh

Chorus 

Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe siyaxabana
Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam uMzala

Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe siyaxabana
Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam uMzala

Askhulumeni askhulumeni wena Mzala
Askhulumeni askhulumeni wena Mzala
Askhulumeni askhulumeni wena Mzala
Askhulumeni askhulumeni wena Mzala

Verse

Sondela eduze wegazi lami
Ngifuna siqede lendaba kusaneskhathi nje
Ngxabano kumele igcine ngathi
Akumele izifike ezinganeni ezincane nje

Zithethe amacala ekade sesiwathethile
Zihlabe nezimbuzi ekade sesizihlabile
Zihamba zizibuza nemibuzo ukuthi emahlabeni ingempa kanti yini inginga

Lamashwa akumele aze aqoqane ezinganeni
Lenkinga kumele siyigweme kusasekuseni
Ukuqala kwamashwa kuyodingeka izinkomo esingeke sazi-Aforda asiyigweme ekuqaleni

Kuyobanzima amashwa evimbe esangweni
Kuyabanzima izono zihleli ezinganeni
Ngakhoke manje kumele siqale siyilungisi lento