Notice: file_put_contents(): Write of 651 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Mnqobi Yazo - Zamalek (Feat. Big Zulu) | Скачать MP3 бесплатно
Zamalek (Feat. Big Zulu)

Zamalek (Feat. Big Zulu)

Mnqobi Yazo

Альбом: Istiff
Длительность: 4:12
Год: 2021
Скачать MP3

Текст песни

Woye, woye, woye
Woye, woye, woye
Woye, woye, woye
Woye, woye, woye
Hhee, hhee, yeh, ah

Ubaba wami yena wayeshaya i-Zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ek'seni
Ubaba wami yena wayeshaya i-Zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ek'seni

Ethi kimi noma ngidakiwe ngubabu wakho wemntanami
Noma ngiphuzile ngubabu wakho wemntanami
Noma ngidakiwe ngubabu wakho wemntanami
Noma ngiphuzile ngubabu wakho
Emalunde ey, emalunde (shuni wenkabi, ay, ay) ey, emalunde

Ake ninginike ithuba
Ngike ngikhulume ngobaba
Unyoni kayiphumuli gama lensizwa wayengithanda
Ay, suka ngiyamkhumbula, noma ubaba wayeb'hlaba
Asikaze salala singadlile umngena endlini wayewuphatha
Baqinisile bathi kuyofa iy'nsizwa kuyosala iy'bongo
Phansi emaXhoseni kuyofa iy'nsizwa kuyosala iy'ntonga
Sifike sidle ipapa umngena ndlini kuyosala iy'khokho
Efike ehamba phansi zamalek kulamule iy'hlobo

Ubaba ngiyamkhumbula wayevuka ngama vovo
Liyaphuma liyashona ubaba isuthiswa idoko
Athi sethintile ubaba uhambe ngamadolo
Athi unyoko ngamlobola mina ngamkhiphela iy'nkomo
Ubaba wayengakhohlwa ukuthi mfana wami ngiyakhuthanda
Ephuma emthonjweni wenjabulo wathi ngiyihlo ngyak'zala
Angidonse nge bhayisekile bese sigqoke ngokufana
Ubaba wayephila nje mina akaze wangilahla

Ubaba wami yena wayeshaya i-Zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ek'seni
Ubaba wami yena wayeshaya i-Zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ek'seni

Ethi kimi noma ngidakiwe ngubabu wakho wemntanami
Noma ngiphuzile ngubabu wakho wemntanami
Noma ngidakiwe ngubabu wakho wemntanami
Noma ngiphuzile ngubabu wakho
Emalunde k'semalunde, emalunda mah
Emalunde, iyela wayelala emalunde

Baba noma usuphuzile kodwa ubusithanda
Noma inhliziyo yami yona ib'ikhathala
Kodwa uthando lwakho lona belinamandla (mandla)
Amandla wakho ubungawavezi kithi
Uthando lwakho yilona obelugcwele kithi
Mangithi phela ubusihlukumeza ngabe ngiqamba amanga phambi kobuso bakho
Baba ngabe ngisenge eyimithi abantu impela bamila iy'mpondo emini
Ngoba amanga lawo impela bamila iy'mpondo emini
Ngoba we Mbuyazi, ngoba we Mbuyazi

Ubaba wami yena wayeshaya i-Zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ek'seni
Ubaba wami yena wayeshaya i-Zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ek'seni

Ethi kimi noma ngidakiwe ngubabu wakho wemntanami
Noma ngiphuzile ngubabu wakho wemntanami
Noma ngidakiwe ngubabu wakho wemntanami
Noma ngiphuzile ngubabu wakho
Emalunde, ey
Emalunde, ey
Emalunde