Sphesihle (Feat. Mthunzi)
Thabsie
4:33Hhawu yini, yini Yini le'thi ncam ncam lomshin' uyakhuluma Ndik'thanda nyan nyan, wen' ungabuz' uMa Yini le'thi ncam ncam lomshin' uyakhuluma Ndik' thanda nyan nyan, wen' ungabuz' uMa Wayikitaz' imizwa yami, hhayi Wazikhathaz' izitha zami, weh Wawukhulul' umoya wami, hhawu Wayiphumuz' ingqondo yami, hhe Wonk' amajita afun' ukuhamba nawe Kodwa sobabili siyazi ulubambo lwam' Wonke lamadod' afun' ukuhamba nawe Kodwa sobabili siyazi ulubambo lwam' Ngithi mina ke Ngithi awungibambe la, hhaaa weehh Ngithi awungibambe la, hhaaa weehh Ngithi awungibambe la, hhaaa weehh Ngithi awungibambe la, ungibambe la, ungibambe la Yazi umoya wami uyavuma, hhayi Inhliziyo yam' ithanda wena wedwa Kodw' isimanga, umqhwele wam' ulimele woh (Limele woh) Hhawu sengiqala nesikhwele simil' eceleni kwenhliziyo Wayikitaz' imizwa yami, hhayi (Waykitaz' imizwa yam') Wazikhathaz' izitha zami, weh (Waz'khatazi' zitha) Wawukhulul' umoya wami, hhawu (Wawukhulul' umoya) Wayiphumuz' ingqondo yami, hhe Wonk' amajita afun' ukuhamba nawe (Afun' ukuhamba nawe) Kodwa sobabili siyazi ulubambo lwam' (Siyazi ulubambo lwam') Wonke lamadod' afun' ukuhamba nawe (Afun' ukuhamba nawe) Kodwa sobabili siyazi ulubambo lwam' (Siyazi ulubambo lwam') Ngithi mina ke Ngithi awungibambe la, hhaaa weehh (Awungibambe la) Ngithi awungibambe la, hhaaa weehh (Awungibambe la) Ngithi awungibambe la, hhaaa weehh (Awungibambe la) Ngithi awungibambe la, ungibambe la, ungibambe la Ngithi mina weeeh Awungibambe la, ngithi awungibambe la Ngithi awungibambe lana Ngithi awungibambe lana Ngithi mina, awungibambe lana weh Awungibambe lana yeyi