Notice: file_put_contents(): Write of 618 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Musiholiq - Abondaba | Скачать MP3 бесплатно
Abondaba

Abondaba

Musiholiq

Альбом: Abondaba
Длительность: 3:32
Год: 2022
Скачать MP3

Текст песни

You don't learn if you don't try
And if you fail never give up
Kumele uhluleke uzamile
Mele uqale utshale ukuze izithelo zakho zimile
And give thanks to the most high
Buzophela ubumnyama nawe uyog cina uvuyile
Zonke izithelo zakho nawe uyogcina uzivunile

Ungabanaki ababondaba
Naka laba abathi vuka siyophanta
Naka laba abajabula maw'zama
Bangak'buk maw'khal, 'nik ukudla maw'lamb
Ungabanaki ababondaba
Ukuphumelel kwakho kubavusela ulaka
Bahlulek maw'lala
Wen spana bese uxosha indlala ekhaya

Yeah you do it, lokish siyal'thand kodw ukufela kulona asifun,
Freedom siyay'thand sifun nesemali ispun,
Mele uhlez upand nom ngab kwehla isthunzi, and Imma do it
I mean ngincenga incwadi kodw ngapha ngenza u music
Ngifun ukutheng ikari ngihlukane nekhumbi
Ngifik ekhaya ngakhel ugogo nomama umuzi

Ngeke uphele umona
Ngoba uqal ngokubona
And umunt ngeke umshintshe
Mele uzithemb wen noma uvel uthemb itshe,
Kodwa bakhona abancomayo
Nabazama ukuk'support
Abakusek noma uwile
Bak'khombis indlela nomangab sudukile

Ungabanaki abondaba
Naka laba abath ungazoganga
Mabek'bon engath usuzolahla ithawula bath ungazodlal lah
Ungabanaki abondaba
Inhliziyo zabo zigcwele ubumnyama, bayophelelwa amandla
Ngalokh okuncan onakho zishayelizandla

Ngoba akulula, mabethula nabaphambil maw'buza
Ngoba besaba ukuth uzobadlula
Mele ufunde ngokwenz wonke amaphutha
Nami ngiyaphusha, ngizama ukwenz imillion ngozuka
Khona ugogo eyojabula
Ngoba inhlupheko yesizukulwan iyodlula

Ngonyatshele
Nkanyezi eqhakazile
Sesiyakhala kuwe kuwe