Isangoma (Feat. Madala Kunene)
Mzukulu
4:42Wakhiwele mina Wakhiwele ube ngowami Wakhiwele mina Wakhiwele ube ngowami Vuma vuma Wakhiwele mina Wakhiwele ube ngowami Mina ngihlale nawe Wakhiwele ukuba Wakhiwele ube ngowami Vuma vuma Wakhiwele ukuba Wakhiwele ube ngowami Vuma vuma Usutshali imbali yothando kwinhliziyo yami Usutshali imbali yothando lakwinhliziyo yami Mina ngiyafunga ma kungathiwa ngikhethe kakusha ngingapika wena futhi Ungigcina njalo ngimamatheka futhi, sobabili siyazi ukuthi UNkulunkulu wathi mayengidala waloba ukuthi Umsuli wezinyembezi zami kuyoba nguwe Usondez' umzimba wami eduze Mlungisi wamaphutha ami omkhuzo Mthambisi wezindebe zami mkhuzi Im'thwalo yakho ngizakuy'tatamisa ayingеthusi wena awungehluli Sobabili sidalelwеne uthando yisithandwa Wakhiwele mina Wakhiwele ube ngowami Vuma vuma Wakhiwele mina Wakhiwele ube ngowami Mina ngihlale nawe Wakhiwele ukuba Wakhiwele ube ngowami Vuma vuma Wakhiwele ukuba Wakhiwele ube ngowami Vuma vuma Sofanelana njengamajuba Ilanga liphuma empumalanga lishona entshonalanga Ndabezitha Ndabezitha nkonyana kaNdaba Ndabezitha Nguye lona uMalukazana Ndabezitha Ndabezitha Ndabezitha Nguye lona uMalukazana Ndabezitha Angifuni omunye muntu ngifuna yena yedwa Ndabezitha Ndabezitha Ngakhiwele wena Wakhiwele mina Wakhiwele ube ngowami Vuma vuma Wakhiwele mina Wakhiwele ube ngowami Mina ngihlale nawe Wakhiwele ukuba Wakhiwele ube ngowami Vuma vuma Wakhiwele ukuba Wakhiwele ube ngowami Vuma vuma