Isandla
Nathi
4:45Ukuzenza akufani nokwenziwa Neminyaka ayifani nezinyanga Ukuzenza akufani nokwenziwa Neminyaka ayifani nakudala Uzenzile uzenzile Ozenzile akakhalelwa Uzenzile uzenzile Ozenzile akakhalelwa Aphelile amathemba Kuyahanjwa kwelilizwe mntanam Aphelile amahlathi Kuyahanjwa kwelilizwe mntanam Ubuzenzile uzenzile Ozenzile akakhalelwa Uzenzile uzenzile Ozenzile akakhalelwa Ukuzenza akufani nokwenziwa Akufani neminyaka Akufani nezinyanga Ukuzenza akufani nokwenziwa Akufani nezinyanga Akufani neminyaka Ubuzenzile uyakub'uzenzile Ozenzile akakhalelwa Ubuzenzile uyakub'uzenzile Ozenzile akakhalelwa Aphelile amathemba Kuyahanjwa kwelilizwe mntanam Ayophela amahlathi Kuyahanjwa kwelilizwe mntanam Kodwa ub'uzenzile uyakub'uzenzile Ozenzile akakhalelwa Kodwa ub'uzenzile uyakub'uzenzile Ozenzile akakhalelwa