Sibaningi (Feat. Kwesta)
Nomfundo Moh
4:03Wemuntu wami Lovey dovey wami Ngifun' ukuk'bona makushon' ilanga Westhandwa sami Wenandlu yami Suyithathe yonk' inhliziyo yami Mina ntombi yangale Ngiyakuthath' ubengumyeni wami Ubamb' isandla sami, siye phambili Ubuhleni nasebubini Enhluphekweni nasenhlungwini Ndizohlal' andiyi ndawo ndiyakuthembisa Ngiyathaba, ukubon' ungishintsh' is'bongo Ngiyathaba, kulilizela ogogo Kumele ngikunakekele ngibe nobubele Sondela sthandwa Sondela nono Ngob' ekhaya bakulindile Wemuntu wami (wemuntu wami) Lovey dovey wami Ngifun' ukuk'bona makushon' ilanga Westhandwa sami (westhandwa sami) Wenandlu yami Suyithathe yonk' inhliziyo yami Uthando lwethu (uthando lwethu) Olwethu sobabili (olwethu sobabili) Soze sahlulwa nayizi ndudumo Indudumo (indudumo) Indudumo (indudumo) Soze sahlulwa nayizi ndudumo Asizuk'bona ngasonye, sizomana sxabane Kodwa waz' andiyi ndawo, luyonyamezel' uthando Eh, inhliziyo yami ngeyakho, kuneyami ngeyakho Kodwa wazi ngizobamb' isandla sakho njalo Wemuntu wami (wemuntu wami) Lovey dovey wami (lovey dovey wami) Ngifun' ukuk'bona makushon' ilanga (ngifun' ukuk'bona) Westhandwa sami Wenandlu yami Suyithathe yonk' inhliziyo yami Uthando lwethu (uthando lwethu) Olwethu sobabili (olwethu sobabili) Soze sahlulwa nayizi ndudumo (indudumo) Indudumo (indudumo) Indudumo (indudumo) Soze sahlulwa nayizi ndudumo Indudumo Indudumo Soze sahlulwa nayizi ndudumo