Sifuna Imali
Oguluva
3:53Mihla yonke yokuphila kwakho Ungabomkhohlw'umzali Ngob'uyen'okondlayo Mihla yonke yokuphila kwakho Ungabomkhohlw'umzali Ngob'uyen'okondlayo Ngob'uyen'okuthandayo Ukuvula namehlo Ngob'uyen'okwenz'umuntu Mihla yonke yokuphila kwakho Ungabomkhohlw'umzali Ngob'uyen'okuthandayo Ngob'uyen'okuthandayo Ukuvula namehlo Ngob'uyen'okwenz'umuntu Bavuk'ekuseni ntathabusa Bavuk'ekuseni ntathabusa Basebenza kabuhlungu Basebenza kanzima Bavuk'ekuseni ntathabusa Bavuk'ekuseni ntathabusa Basebenza kabuhlungu Basebenza kanzima Bavuk'ekuseni ntathabusa Basebenza kabuhlungu Basebenza kanzima Basebenza kabuhlungu Mihla yonke yokuphila kwakho Ungabomkhohlw'umzali Ngob'uyen'okondlayo Mihla yonke yokuphila kwakho Ungabomkhohlw'umzali Ngob'uyen'okondlayo Ngob'uyen'okuthandayo Ukuvula namehlo Ngob'uyen'okwenz'umuntu