Baphi (Feat. Speedy)

Baphi (Feat. Speedy)

Professor

Альбом: The Orientation
Длительность: 5:12
Год: 2012
Скачать MP3

Текст песни

Uyambona lo, bambiza nge varara eish
Intombi zimbiza ngesweedy labo lomgatagata eish
Gqoka smart, phashasha eish
Upheth'intombi iyamfela leyiphalaphala eish
Ugad'ebusuku  inkunzi yomgulugutu
Buza amaphoyisa bamphethe nge yikhulukutu eish
Phethi mali yabuza le yibukubuku eish
Impande yesthola yazi ushisa imbulu

Inkinga yakhe kazwani nokuthandaza eish
Mawuthandaza qopho bakho ngabusaphaza
Fede van die one akazange wathandaza
Ma' umtshela ngeNkosi vele athi uyaphaphalaza
Uyambona manje
Nangu uyatatazela
Angithi uzwile ukuthi uJesu nangu uyasekela
Baphi abanye lab'akade bangifakazela
I hope bazwile ukuthi uJesu nangu uyasekela

(Baphi) Baphi abokapadiya nentombi zabo
(Ngithi baphi) Izinja ezifika emqwabeni namabodlela
(Ngithi baphi) Baphi abokapadiya nemali zabo
(Ngithi baphi) Izinja ezingena esontweni namavolovolo
(Ngithi baphi) Baphi abojezebel namadoda abo
(Ngithi baphi) Izinja zangidli mali zangolozela
(Ngithi baphi) Baphi abopalesa nobuhle babo
(Ngithi baphi) Izinja zatholi isiqoqo ngoku wisa umnotho

Angithi nimzele ngama attitude
Eish nathi he's not good
Wan' tshela wathi we gaan 'n treg
Awu he's back

(Baphi) Baphi abokapadiya nentombi zabo
(Ngithi baphi)Izinja ezifika emqwabeni namabodlela
(Ngithi baphi) Baphi abokapadiya nemali zabo
(Ngithi baphi) Izinja ezingena esontweni namavolovolo
(Ngithi baphi) Baphi abojezebel namadoda abo
(Ngithi baphi) Izinja zangidli mali zangolozela
(Ngithi baphi) Baphi abopalesa nobuhle babo
(Ngithi baphi) Izinja zatholi isiqoqo ngoku wisa umnotho

Angithi nimzele ngama attitude
Eish nathi he's not good
Wan' tshela wathi we gaan 'n treg
Awu he's back

Baphi abamubulala
Baphi abamuphikayo
Baphi abamugwazayo
Ngithi baphi abamubulala
Baphi abamubulala (Sebabulawa amahloni)
Baphi abamuphikayo (Benza se ngathi abamuboni)
Baphi abamugwazayo (Yena uyababona)
Ngithi baphi abamubulala

Angithi nimzele ngama attitude
Nathi he's not good
Wan' tshela wathi we gaan 'n treg
Kunjani manje aw now he's back

Baphi abamubulala (Sebabulawa amahloni)
Baphi abamuphikayo (Benza se ngathi abamuboni)
Baphi abamugwazayo (Yena uyababona)
Ngithi baphi abamubulala

(Baphi) Baphi abamubulala
(Ngithi baphi) Baphi abamuphikayo
(Ngithi baphi) Baphi abamugwazayo
(Ngithi baphi) Ngithi baphi abamubulala

Baphi abojezebel namadoda abo
Izinja zangidli mali zangolozela
Baphi abopalesa nobuhle babo
Izinja zatholi isiqoqo ngoku wisa umnotho