Kanti Unje (Feat. Robbie Malinga)
Semito
5:26Ilanga livelile shleli kamnandi Uh mgidi womdeni Ilanga livelile shleli kamnandi Ngu mgidi womdeni Sihlezi kamnandi Siphuza utshwala besintu (nokudla kwesintu) Sikhumbula isiko lakithi Awu siko lakwantu Kumnandi ukuhlangana komdeni Ilanga livelile shleli kamnandi Uh mgidi womdeni (mgidi wam lapha mina bengjabulile) Ilanga livelile shleli kamnandi Ngu mgidi womdeni (mgidi wam lapha mina bengjabulile) Ilanga livelile shleli kamnandi Uh mgidi womdeni (mgidi womdeni thina siyajabulile) Ilanga livelile shleli kamnandi Ngu mgidi womdeni (mgidi womdeni thina siyajabulile) Walotsholwa usibongile (untwana kamalume) Uzosazisa umkhwenyana wakhe Nami sengihlangana nabanye abakithi Engabacina kudala Wo kumnandi kulomdeni Ngithi wo ngumcimbi womdeni Ngithi wo kumnandi kulomdeni Heya (heya heyawo) Heya (heya heyawo) (heyawo heyawo) (heya) Heya (heya heyawo) Heya (heya heyawo) (heyawo heyawo) (heya) Ilanga livelile shleli kamnandi Uh mgidi womdeni (mgidi wam lapha mina bengjabulile) Ilanga livelile shleli kamnandi Ngu mgidi womdeni (mgidi wam lapha mina bengjabulile) Ilanga livelile shleli kamnandi Uh mgidi womdeni (mgidi womdeni thina siyajabula) Ilanga livelile shleli kamnandi Ngu mgidi womdeni (mgidi womdeni thina siyajabula) Ilanga seliyashona shleli kamnandi Uh mgidi womdeni (mgidi wam lapha mina bengjabulile) Ilanga seliyashona shleli kamnandi Ngu mgidi womdeni (mgidi wam lapha mina bengjabulile) Nelanga seliyashona shleli kamnandi Uh mgidi womdeni (mgidi womdeni thina siyajabula) Nelanga seliyashona shleli kamnandi Ngu mgidi womdeni (mgidi womdeni thina siyajabula)