Deda
Samthing Soweto
4:59Ngelanga lokuzalwa kwakho bengingazi Ukuthi ngizokwenzani Ngoba imali beyingekho And mina nomamakho besiphelelwe ngamaplani Kodwa yaring-a iphone enzulwini zobusuku Ya ring'iphone ngilele Kodwa waphone-a umamakho wathi kimi sekunjalo mele siye esibhedlela Ngokukhul'ukuthuka Ngashaya umthandazo omncane Bese ngaphuthuma Ngapak'indlela eya kuwena Ngokukhulu ukuthuka Ngashaya umthandazo omncane Bese ngaphuthuma Ngapak'indlela eya kuwena Weh Nodoli wam Oh Nodoli yoh Wena, wena uyingelosi encane Weh Nodoli wam Oh Nodoli yoh Wena, wena uyingelosi encane Weh Nodoli wam Oh Nodoli yoh Wena, wena uyingelosi encane Weh Nodoli wam Oh Nodoli yoh Wena, wena uyingelosi encane Ngathi mengifika Ngamemeza ngale kwesango Kwanzim'ukulinda Ngaphandle kwendlu kagog'wakho Kodwa ngangeniswa ngaphakathi Ngeyinkathi zabathakathi Ngize kini no, wena no mamakho Ngathi mengifika Ngamemeza ngale kwesango Kwanzim'ukulinda Ngaphandle kwendlu kagog'wakho Kodwa ngangeniswa ngaphakathi Ngeyinkathi zabathakathi Ngize kini no, wena no mamakho Weh Nodoli wam Oh Nodoli yoh Wena, wena uyingelosi encane Weh Nodoli wam Oh Nodoli yoh Wena, wena uyingelosi encane Weh Nodoli wam Oh Nodoli yoh Wena, wena uyingelosi encane Weh Nodoli wam Oh Nodoli yoh Wena, wena uyingelosi encane Athilalala lolololo Athilalala lolololo Wena, wena uyingelosi encane Athilalala lolololo Athilalala lolololo Wena, wena uyingelosi encane Athilalala lolololo Athilalala lolololo Wena, wena uyingelosi encane Athilalala lolololo Athilalala lolololo Wena, wena uyingelosi encane