Ebumnandini
De Mthuda & Njelic
6:10Baby maw'buya emsebenzini Monday Unga worry ngizopheka Ahhh, bese mazithi Tuesday Nezitsha ngizoz' geza, aw yeah Wednesday ng'zo cleaner Ngenzi washing bese ngiyay'ayina Thursday ma ufika, baby ngizokukhipha Siyomamel'inamba Hayi ngob'i-weekend ngeyami Hayi ngob'i-weekend ngeyami oh Wena thath'i-Monday,uthathe neTuesday Nayo Wednesday ngiyak'nika Hayi ngob'i-weekend ngeyami Hayi ngob'i-weekend ngeyami Oh, ngithi thath'i-Wednesday uthathe ne-Thursday Maar i-Friday uyayiyeka, maar i-Friday uyayiyeka, Maar i-Friday uyayiyeka Aw'baby mina nawe siyathandana Ngoba awung' stressi awung'hluphi Aw'baby mina nawe siyathandana Ngoba awung' stressi awung'hluphi Aw'baby mina nawe siyathandana Ngoba awung' stressi awung'hluphi Aw'baby mina nawe siyathandana Ngithi maw'buya emsebenzini Monday Unga worry ngizopheka Ahhh, bese mazithi Tuesday Nezitsha ngizoz'geza, aw yeah Wednesday ng'zo cleaner Ngenzi washing bese ngiyay'ayina Thursday uma ufika, baby ngizokukhipha Siyomamel'inamba Hayi ngob'i-weekend ngeyami Hayi ngob'i-weekend ngeyami Oh, wena thath'i-Monday,uthathe neTuesday Nayo Wednesday ngikak'nika Hayi ngob'i-weekend ngeyami Hayi ngob'i-weekend ngeyami Oh, ngithi thath'i-Wednesday uthathe ne-Thursday Maar i-Friday uyayiyeka, maar i-Friday uyayiyeka, Maar i-Friday uyayiyeka