Khumbula Ukholo Lwakho
Sibongile Khumalo
4:24Kwashintsh' umoya Ngezwa ngishiwa ligazi mina Lahlom' izulu Izinja zishay' umkhulungwane Kwasukuthuli lezichwe Athukuthel' amathong' esizwe (Sukumani, vukani aniboni na?) Sukumani! (Nankamanz' engenendlini) (Sukumani, vukani maAfrika?) Sukumani! Awu nankum' uhlola ungen'ekhaya ]Sukumani, vukani aniboni na? Hhawu sukumani! Nankamanz' engenendlini (Sukumani vukani ma Afrika) Hhawu sukumani! (Awu nankum' uhlola ungen'ekhaya) Ungen'ekhaya! Athul' athini amathong' esizwe Siyashwelez' isizwe Athul' athini amathong' esizwe Siyashwelez' isizwe Velani nin' abaz' amakhambi Nivale umkhokh' ekhaya Wowu tshelani izinduna Ziphume zithelel' ulwazi Owu nankamanz' engen' endlni Sukumani, vukani aniboni na? Nankamanz' engenendlini Sukumani vukani ma-Afrika Awu nankum' uhlola ungen'ekhaya Sukumani, vukani aniboni na? Nank' amanz' engenendlini Sukumani vukani ma-Afrika Awu nankum' umhlol' ungen'ekhaya Athul' athini amathong' esizwe Siyashwelez' isizwe Athul' athini amathong' esizwe Siyashwelez' isizwe Athul' athini amathong' esizwe Siyashwelez' isizwe Athul' athini amathong' esizwe Siyashwelez' isizwe Athul' athini amathong' esizwe Siyashwelez' isizwe Athul' athini amathong' esizwe Siyashwelez' isizwe