Khumbula Ukholo Lwakho
Sibongile Khumalo
4:24Mina ngibiziwe, ngibiziwe Phesheya komfula, ngibiziwe Mina ngikhonjiwe, ngikhonjiwe Ngalena kwentaba, ngikhonjiwe Kodwa ngabe yini? kwenzenjani? Ngaboniswa (imfihlakalo yesintu) Kodwa ngabe yini? kwenzenjani? Ngaboniswa (imfihlakalo yesintu) Ngibe ngisathe (lutho bo ngehlelwe lizulu) imfihlakalo yesintu Ngibe ngisathe (lutho bo ngehlelwe lizulu) imfihlakalo yesintu Ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma Makhos' amakhulu ngiboniseleni Ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma Makhos' amakhulu ngiboniseleni Ngizwa ilizwi lingibiza Khona lena emsamo lingibiza Mina ngasabela ngazilahla Kwembulwa iqiniso ngavuma Kodwa ngabe yini? kwenzenjani? Ngaboniswa (imfihlakalo wesintu) Kodwa ngabe yini? kwenzenjani? Ngaboniswa (imfihlakalo yesintu) Ngibe ngisathe, (lutho bo ngehlelwe lizulu) imfihlakalo yesintu Ngibe ngisathe, (lutho bo ngehlelwe lizulu) imfihlakalo yesintu Ngizwa uhlevane ngaholelw' emsamo ngabhonga ngabubula lwavuk' usinga Ngizwa uhlevane ngaholelw' emsamo ngabhonga ngabubula lwavuk' usinga Ngizwa uhlevane ngaholelw' emsamo ngabhonga ngabubula lwavuk' usinga Ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma) Makhos'amakhulu ngiboniseleni Ngiyavuma, (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma) Makhos'amakhulu ngiboniseleni (Imfihlakalo yesintu) (Imfihlakalo yesintu) Ngibe ngisathe (lutho bo ngehlelwe lizulu) imfihlakalo yesintu Ngibe ngisathe (lutho bo ngehlelwe lizulu) imfihlakalo yesintu Ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma) Makhos' amakhulu ngiboniseleni Ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma) ngiyavuma (ngiyavuma) Makhos' amakhulu ngiboniseleni