Gusheshe (Live)

Gusheshe (Live)

Sjava

Длительность: 10:00
Год: 2025
Скачать MP3

Текст песни

Le gusheshe lakho we mfowethu
Lingikhumbuza iqhawe lami (Umahawukela)
Le gusheshe lakho we nkabi (nelakhe lali maroon)
Lingikhumbuza iqhawe lami (Umahawukela)
Mayeseliklwebha e Carlton Center
Kukhale kuthiwe lomfana uvelaphi
Selikhuphuka ngo Von Wielligh
Lahamba liyoshona
Lahamba liyoshona igusheshe e market
Mayeseliklwebha e Carlton Center
Kukhale kuthiwe lomfana uvelaphi
Selikhuphuka ngo Von Wielligh
Lahamba liyoshona
Lahamba liyoshona igusheshe e market
We nkabi ufunani e drive thru?
Ufunani e drive thru?
Ufunani e drive thru?
Ufunani e drive thru?
Ufunani e drive thru?
Ngoba uyazi ukuthi bafuna ukukubulala we nkabi
Ngitshele udlelani emzini yabantu?
Udlelani emzini yabantu?
Udlelani emzini yabantu?
Udlelani emzini yabantu?
Udlelani emzini yabantu?
Ngoba uyazi ukuthi bafuna ukukubulala we nkabi
Bathi ubashiya ibanga elincane
Ubabulalisa inhliziyo
Inhliziyo mama
Inhliziyo weh
Bathi angizokubulala
Ngizokubulala kanjani?
Ngisaba igazi lomuntu
Bathi ubashiya ibanga elincane
Ubabulalisa inhliziyo
Inhliziyo mama
Inhliziyo weh
Bathi angizokubulala
Ngizokubulala kanjani?
Ngisaba igazi lomuntu
Uzongithola e Carlton Center
Esidididini
Ngihamba ngo Commissioner
E Carlton Center ngiyolanda
Isthandwa sam
(No dali)
Uzongithola e Carlton Center
Esidididini
Ngihamba ngo Commissioner
E Carlton Center ngiyolanda
Isilahla amathende
Le gusheshe lakho we mfowethu
Lingikhumbuza iqhawe lami (Umahawukela)
Le gusheshe lakho we nkabi (nelakhe lali maroon)
Lingikhumbuza iqhawe lami (Umahawukela)
Mayeseliklwebha e Carlton Center
Kukhale kuthiwe lomfana uvelaphi
Selikhuphuka ngo Von Wielligh
Lahamba liyoshona
Lahamba liyoshona igusheshe e market
Mayeseliklwebha e Carlton Center
Kukhale kuthiwe lomfana uvelaphi
Selikhuphuka ngo Von Wielligh
Lahamba liyoshona
Lahamba liyoshona igusheshe e market
We nkabi ufunani e drive thru?
Ufunani e drive thru?
Ufunani e drive thru?
Ufunani e drive thru?
Ufunani e drive thru?
Ngoba uyazi ukuthi bafuna ukukubulala we nkabi
Ngitshele udlelani emzini yabantu?
Udlelani emzini yabantu?
Udlelani emzini yabantu?
Udlelani emzini yabantu?
Udlelani emzini yabantu?
Ngoba uyazi ukuthi bafuna ukukubulala we nkabi
Bathi ubashiya ibanga elincane
Ubabulalisa inhliziyo
Inhliziyo mama
Inhliziyo weh
Bathi angizokubulala
Ngizokubulala kanjani?
Ngisaba igazi lomuntu
Bathi ubashiya ibanga elincane
Ubabulalisa inhliziyo
Inhliziyo mama
Inhliziyo weh
Bathi angizokubulala
Ngizokubulala kanjani?
Ngisaba igazi lomuntu
Lahamba liyoshona
Lahamba liyoshona
Lahamba liyoshona
Lahamba liyoshona
Lahamba liyoshona
Lahamba liyoshona
Lahamba liyoshona
Lahamba layoshona
Lahamba layoshona
Lahamba layoshona
Lahamba layoshona
Lahamba layoshona
Lahamba layoshona
Lahamba layoshona
Lahamba layoshona
Lahamba layoshona
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona khona
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lahamba lashona phansi
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lahamba lashona phansi
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lashona
Lahamba lashona phansi
Le gusheshe lakho we mfowethu
Lingikhumbuza iqhawe lami
Lahamba lashona
Lahamba lashona
Lahamba lashona
Lahamba lashona phansi
Lahamba lashona
Lahamba lashona
Lahamba lashona
Lahamba lashona phansi
Lahamba lashona
Lahamba lashona
Lahamba lashona
Lahamba lashona phansi
Lahamba lashona
Lahamba lashona
Lahamba lashona
Lahamba lashona phansi