Confession
Sjava
6:17Thiqekeshe eshe he e e eh Wemfowethu mina nginomama ekhaya Nomdeni wami mina okumele ngiwusebenzele Lento zami ofuna ngenkani kimi Nazo ngezami ngiyisebenzele Njengob' upheth' isbhamu ho mfowethu ungalingi (Udubuli) Ngcono uthath' imoto thath' ifoni mina ungixolele Ngeke ngeke ngeke ngeke Ngeke ngeke ngeke ngifel' into zasemhlabeni (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngeke mfowethu ngyeke ngiyolal' ekhaya Ngenglal'emathuneni (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngeke ngeke ngeke Ngeke ngeke ngeke ngifel' into zasemhlabeni (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngeke mfowethu ngyeke ngiyolal' ekhaya Ngengilal'emathuneni (Ngeke ngeke ngeke) Ziyamemeza insimbi (We) Kuduma emadlebeni (Dada) Hiyi leqhotshis' umfana (Mfana) Hiyo le ebangusathane (Wena asazani bafana) Awo kodwa Mali (Wabanjani) Uyimpande yesono (Wabanjani) Kwaqhamuka abafana (Bapheth' amavolovolo) Kuswel' ugodi wokuqatsha (Bahloma izingovo) Bayalishaya ikhanda (Cabanga ingani zobomfowethu) Ngik'tshel' ozongcwatshwa…. Wemfowethu mina nginomama ekhaya Lomdeni wami mina okumele ngiwusebenzele Lento zami ofuna ngenkani kimi Nazo ngezami ngiyisebenzele Njengob' upheth' isbhamu ho mfowethu ungalingi udubuli Ngcono uthath' imoto thath' ifoni mina ungixolele Ngeke ngeke ngeke ngeke Ngeke ngeke ngeke ngifel' into zasemhlabeni (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngeke mfowethu ngyeke ngiyolal' ekhaya Ngenglal'emathuneni (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngeke ngeke ngeke Ngeke ngeke ngeke ngifel' into zasemhlabeni (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngeke mfowethu ngyeke ngiyolal' ekhaya Ngengilal'emathuneni (Ngeke ngeke ngeke) Eloxion (Themambiza) Ethembisa (Themambiza) Babulal' umfowethu leyondaba isang'khalisa (Uyakhala) Yahamba insizwa isasencane (Bamthatha) Yashiy' umakoti esemncani (Unembusa) Wembulali (Wembulali) Awunanembeza (Awunanembeza) Wokubulal' umfowethu (wokubulal' umfowethu) wazuzani (Ngenxayemoto) Qina ntombi yamadlokovu impilo ayikho fair (Nokuf' ikhovu) Wemfowethu mina nginomama ekhaya Nomdeni wami mina okumele ngiwusebenzele Lento zami ofuna ngenkani kimi Nazo ngezami ngiyisebenzele Njengob' upheth' isbhamu ho mfowethu ungalingi udubuli Ngcono uthath' imoto thath' ifoni mina ungixolele Ngeke ngeke ngeke ngeke Ngeke ngeke ngeke ngifel' into zasemhlabeni (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngeke mfowethu ngeke ngiyolal' ekhaya Ngenglal'emathuneni (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngeke ngeke ngeke Ngeke ngeke ngeke ngifel' into zasemhlabeni (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngeke mfowethu ngeke ngiyolal' ekhaya Ngengilal'emathuneni (Ngeke ngeke ngeke) (Ngeke ngeke ngeke) (Ngeke ngeke ngeke) (Ngeke ngeke ngeke) (Ngeke ngeke ngeke)