Umcebo
Sjava
3:53Ngiyakhumbula Ngisakhula Konk' okwenzakala empilweni yami manje kuseyi phupho Ngisaphupha Ngangihlale njalo ngiguqa phansi ngedolo, ngicel' enkosini Ngithandaza (ngithandaza) Nkosi ngigcinele umama, abone impumelelo yami esaphila Naye ajabule, athi "ningibona ngiphila impilo engcono, umntanami" (Amandla omntanami) Yonke imithwalo engangiyi thwele yenhlupheko Ngathulwa umntanami Ngibongiseni, ngibongiseni Ngibongiseni, ngibongiseni Ngibongiseni, ngibongiseni, ngibongiseni Ngibongiseni, ngibongiseni (Ngibongiseni) Ngibongiseni, ngibongiseni (Ngibongiseni) Ngibongiseni, ngibongiseni, ngibongiseni