Dali
Sjava
4:23Ngthi akulula ukuthi ng'valelise ng'valelise Mang'khuluma nawe sthandwa sami ocingweni Ngthi akulula ukuthi ng'valelise ng'valelise Mang'khuluma nawe sthandwa sami ocingweni sthandwa sami Umfana ophi mangkhuluma nawe Ngabe kusa nini ngibonane nane Ngikwenze zonke lezinto eskhuluma ngazo wo Mayenii manginephimbo lakho obomaye Lenza kuvuke nezinto eyilele Kanti uyenza ngani Angkaze ngithande umuntu kanje Makuphel' ihour singakhulumanga Mvele ngizwe ngathi ngizosangana Kanti nguthando olunjani lolu What kind of love is this Ubuthongo abufiki mangkhuluma nawe Ngabe kusa nini ngibonane nawe Ngikwenze zonke lezinto eskhuluma ngazo wo Ngthi akulula ukuthi ng'valelise ng'valelise Mang'khuluma nawe sthandwa sami ocingweni Ngthi akulula ukuthi ng'valelise ng'valelise Mang'khuluma nawe sthandwa sami ocingweni sthandwa sami Ubuhle bakho abufaniswa nalutho Kube icala ukuba muhle ngabe sowufile yinhlawulo Ngabe awukho Ngabe kuphelile ngawe ngabe ugcwele amajele Muhle ehleka muhle ekhala Muhle ehleli muhle ehamba Mühle eyithulele engashongo lutho Mawumamatheka yilapho engbona khona ukuthi ngabe idlozi lingigidele mama Thank you lord you've been so good to me Ungnikeze ingilosi emhlabeni Zange ulinde ngize ngihambe emhlabeni Akukho okunye engingakubonga ngakho Thath' inhliziyo yam Ubuthongo abufiki mangkhuluma nawe Ngabe kusa nini ngibonane nane Ngikwenze zonke lezinto eskhuluma ngazo wo Ngthi akulula ukuthi ng'valelise ng'valelise Mang'khuluma nawe sthandwa sami ocingweni Ngthi akulula ukuthi ng'valelise ng'valelise Mang'khuluma nawe sthandwa sami ocingweni sthandwa sami (Sami)