Bazobuya
Soul Brothers
3:56Ngithe ngisalungisa lokhu Kwavel'okunye kwahamb'omunye Ngithe ngisabheke lokhu Kwavel'okunye kwahamb'omunye Ngabantabami ngiyababona bonke Zingane zami ngiyababona bonke Ngithe ngisalungisa lokhu Kwavel'okunye kwahamb'omunye Ngithe ngisabheke lokhu Kwavel'okunye kwahamb'omunye Ngabantabami ngiyababona bonke Zingane zami ngiyababona bonke Ngiyil'emtholampilo ngahluleka Ngiyil'ezinyangeni ngahluleka Ngiyile kodokotela ngahluleka Ngabantabami ngiyababona bonke Ngiyil'emtholampilo ngahluleka Ngiyil'ezinyangeni ngahluleka Ngiyile kodokotela ngahluleka Ngabantabami ngiyababona bonke Kodwa dlozi lami ukuphi ma kunje? Kodwa mama wami ukuphi ma kunje? Kodwa dlozi lami ukuphi ma kunje? Kodwa mama wami ukuphi ma kunje? Ngithe ngisalungisa lokhu Kwavel'okunye kwahamb'omunye Ngithe ngisabheke lokhu Kwavel'okunye kwahamb'omunye Ngabantabami ngiyababona bonke Zingane zami ngiyababona bonke Ngiyil'emtholampilo ngahluleka Ngiyil'ezinyangeni ngahluleka Ngiyile kodokotela ngahluleka Ngabantabami ngiyababona bonke Kodwa dlozi lami ukuphi ma kunje? Kodwa mama wami ukuphi ma kunje? Kodwa dlozi lami ukuphi ma kunje? Kodwa mama wami