Hluphekile
Soul Brothers
4:06Baba wezingane zami Baba kaSibongile Ngicel'uxolo kuwe Baba wakwami Lokhu engakwenza kuwe Ngangingaqondanga Ngicel'ubuye uze kimi Sibonisane Bengithi uma ngikukhuza Uthi angiyindoda yalutho Kodwa namhla sewuyangikhumbula Sengihleli kahl'ezimpohlweni Bengithi uma ngikukhuza Uthi angiyindoda yalutho Kodwa namhla sewuyangikhumbula Sengihleli kahl'ezimpohlweni Nezingane ziyakhala Zithi buya Zithi buya uz'ekhaya Nezingane ziyakhala Zithi buya Zithi buya uz'ekhaya Nezingane ziyakhala Zithi buya Zithi buya uz'ekhaya Nezingane ziyakhala Zithi buya Zithi buya uz'ekhaya Sengihleli kahl'ezimpohlweni Ukukhala kwakh'akusasizi Ngoba sengihleli kahl'ezimpohlweni Baba wezingane zami Baba kaSibongile Ngicel'uxolo kuwe Baba wakwami Lokhu engakwenza kuwe Ngangingaqondanga Ngicel'ubuye uze kimi Sibonisane Bengithi uma ngikukhuza Uthi angiyindoda yalutho Kodwa manje sewuyangikhumbula Sengihleli kahl'ezimpohlweni Ngangithi uma ngikukhuza Uthi angiyindoda yalutho