Uzosala Wedwa
Soul Brothers
3:45Awu yaze yangibulal'indlala Mntan'omuntu angisali Izethembiso zakho mntan'omuntu awusazigcini Awu yaze yangibulal'indlala Mntan'omuntu angisali Izethembiso zakho mntan'omuntu awusazigcini Ngiyakukhumbula mntakethu Ngizwa ngixekelwa yibhulukwe Selokhu ngagcina ngawe Azange ngithandane nomunye Uma ngikucabanga mntanomuntu Kuze kom'amath'emlonyeni Selokhu ngagcina ngawe Azange ngithandane nomunye Uma ngikukhumbula mntan'omuntu' Ngizwa kuband'amathumbu Ziyehl'inyembezi mntakwethu Kushisa ngezansi kwenkaba Awu yaze yangibulal'indlala Mntan'omuntu angisalali Izethembiso zakho mntan'omuntu awusazigcini Ngiyakukhumbula mntakethu Ngizwa ngixekelwa yibhulukwe Selokhu ngagcina ngawe Azange ngithandane nomunye Uma ngikukhumbula mntan'omuntu Ngizwa kuband'amathumbu Ziyehl'inyembezi mntakwethu Kushisa ngezansi kwenkaba Uma ngikukhumbula mntan'omuntu Ngizwa kuband'amathumbu Ziyehl'inyembezi mntakwethu Kushisa ngezansi kwenkaba Selokhu ngagcina ngawe Azange ngithandane nomunye Awu yaze yangibulal'indlala Mntan'omuntu angisalali Izethembiso zakho mntan'omuntu awusazigcini Ngiyakukhumbula mntan'omuntu Ngizwa ngixekelwa yibhulukwe Selokhu ngagcina ngawe Azange ngithandane nomunye Uma ngikukhumbula mntan'omuntu' Ngizwa kuband'amathumbu Ziyehl'inyembezi mntakwethu Kushisa ngezansi kwenkaba