Lapho Ukhona
Soul Brothers
3:28Angisazi esinjena isikhwele Angisazi esinjena isikhwele Angisazi esinjena isikhwele Wangigada kangaka mntakwethu Awungethembi yini na? Wangigada kangaka mntakwethu Awungethembi yini na? Wangigada kangaka mntakwethu Awungethembi yini na? Unesikhwele uma usuphuzile Usesikhwele uma usudakiwe Kodw'uyangihlupha mntanomuntu Unesikhwele uma usuphuzile Futhi uyangishaya uma usudakiwe Kodw'uyangihlupha mntanomuntu Angisazi esinjena isikhwele Angisazi esinjena isikhwele Angisazi esinjena isikhwele Wangigada kangaka mntanomuntu Awungethembi yini na? Wangigada kangaka mntakwethu Awungethembi yini na? Unesikhwele uma usuphuzile Futhi uyangishaya uma usudakiwe Futhi uyakhala uma usuphuzile Kodw'uyangihlupha mntakwethu Uyangihlupha mntanomuntu Angisazi esinjena isikhwele Angisazi esinjena isikhwele Angisazi esinjena isikhwele