Uzosala Wedwa
Soul Brothers
3:45Awuyek'ukukhulumela futhi Ngek'uyimel'into enje Ngob'uzongen'emacaleni Awuyek'ukukhulumela futhi Ngek'uyimel'into enje Ngob'uzongen'emacaleni Awuyek'ukukhulumela futhi Ngek'uyimel'into enje Ngob'oGanda-ganda bakhona Hlukana nezindaba zabantu Ngoba mfana usemncane Uzongen'emacaleni Hlukana nezindaba zabantu Ngoba mfana useyingane Uzozithol'usenkingeni Hlukana nezindaba zabantu Ngoba mfana usemncane Uzongen'emacaleni Heh libhungu, heh libhungu, heh libhungu Nab'oGanda-ganda (Heh libhungu, heh libhungu) Nab'oGanda-ganda bayalima deda (Heh libhungu, heh libhungu) Basensimini (Heh libhungu) Bafun'ukundlula (Heh libhungu, heh libhungu) Nab'oGanda-ganda (Heh libhungu, heh libhungu) Nab'oGanda-ganda bayalima deda (Heh libhungu, heh libhungu) Basensimini (Heh libhungu) Bafun'ukwedlula Awuyek'ukukhulumela futhi Ngek'uyimel'into enje Ngob'uzongen'emacaleni Awuyek'ukukhulumela futhi Ngek'uyimel'into enje Ngob'uzongen'emacaleni Awuyek'ukukhulumela futhi Ngek'uyimel'into enje Ngob'oGanda-ganda bakhona Ngob'oGanda-ganda bakhona Hlukana nezindaba zabantu Ngoba mfana usemncane Uzongen'emacaleni Hlukana nezindaba zabantu Ngoba mfana useyingane Uzothol'usenkingeni Hlukana nezindaba zabantu Ngoba mfana usemncane Uzongen'emacaleni Heh libhungu, heh libhungu, heh libhungu Nab'oGanda-ganda (Heh libhungu, heh libhungu) Nab'oGanda-ganda bayalima deda (Heh libhungu, heh libhungu) Basensimini (Heh libhungu) Bafun'ukudlula (Heh libhungu) (Heh libhungu, heh libhungu) Nab'oGanda-ganda Nab'oGanda-ganda bayalima deda Basensimini Bafun'ukwedlula Hemm hemm Heh libhungu, heh libhungu, heh libhungu Awudede weh mfana (Heh libhungu, Heh libhungu) Weh mfan'usemncane (Heh libhungu) Thina sifu'ukwendlula (Heh libhungu, Heh libhungu) Awudede weh nsizwa (Heh libhungu, Heh libhungu) Nab'oGanda-ganda