Lapho Ukhona
Soul Brothers
3:28Ngohlale ngisho njalo nje Ngohlale ngikhuluma njalo nje Umuntu oyisitha sakho Ngeke wakhelene naye Ngohlale ngisho njalo nje Ngohlale ngikhuluma njalo nje Ukuth'umuntu oyisitha sakho Ngeke usondelene naye Yek'uhlekisana naye Sihlala sonk'endawen'eyodwa thina asizwani Sihlala sonk'endawen'eyodwa thina asizwani Sisebenza sonk'endawen'eyodwa thina asizwani Banomona yeah Banomona yeah Siyazi sonk'ukuthi omakhelwane banenkinga Siyazi sonk'ukuthi omakhelwane banenkinga Banomona yeah Banomona yeah Ngohlale ngisho njalo nje Ngohlale ngikhuluma njalo nje Umuntu oyisitha sakho Ngeke wakhelane naye Ngohlale ngisho njalo nje Ngohlale ngikhuluma njalo Ukuth'muntu oyisitha sakho Ngeke usondela ne naye Yek'uhlekisana naye Sihlala sonk'endawen'eyodwa thina asizwani Sihlala sonk'endawen'eyodwa thina asizwani Sisebenza sonk'endawen'eyodwa thina asizwani Banomona yeah Banomona yeah Siyazi sonk'ukuthi omakhelwane banenkinga Siyazi sonk'ukuthi omakhelwane banenkinga Banomona yeah Banomona yeah Ngohlale ngisho njalo nje Ngohlale ngikhuluma njalo Umuntu oyisitha sakho Ngeke wakhelene naye Ngohlale ngisho njalo nje Ngohlale ngikhuluma njalo Ukuth'muntu oyisitha sakho Ngeke usondelene naye Yek'uhlekisana naye Sihlala sonk'endawen'eyodwa thina asizwani Sihlala sonk'endawen'eyodwa thina asizwani Sisebenza sonk'endawen'eyodwa thina asizwani Banomona yeah Banomona yeah