Hamba Ntombi
Soul Brothers
3:42Bengithi ngikufak'ekhwapheni Sewubhayizelani manje? Bengithi ngikufak'ekhwapheni Sewubhayizelani manje? Bengithi ngikwenz'umuntu Sewubhayizelani manje? Uqala ukuqoma yini na? Uqal'ukujola Uqala ukuqoma yini na? Nom'uqal'ukujola Uqala ukuqoma yini na? Uqal'ukujola Bengithi ngikufak'ekhwapheni Sewubhayizelani manje? Sengize ngabanjwa Sengize ngangen'emacaleni Sengize ngabanjwa Sengize ngangen'emacaleni Uqala ukuqoma yini na? Uqal'ukujola Uqala ukuqoma yini na? Nom'uqal'ukujola Uqala ukuqoma yini na? Uqal'ukujola Uqala ukuqoma yini na? Nom'uqal'ukujola Sengize ngabanjwa Sengize ngangen'emacaleni Sengize ngabanjwa Sengize ngangen'emacaleni Bengithi ngikufak'ekhwapheni Sewubhayizelani manje?