Sdudla
Soul Brothers
3:56Wena njalo uma usudakiwe Ufun'ukudla ngodlame Unodlame la ekhaya Wena njalo uma usudakiwe Ufun'ukudla ngodlame Unodlame la ekhaya Wena njalo uma usudakiwe Ufun'ukudla ngodlame Unodlame la ekhaya Futh'awufun'ukungilalela Awufun'ukungohlonipha Uyathand'ukungigolozela Iyangidina lento Futh'awufun'ukungilalela Awufun'ukungihlonipha Uyathand'ukungigolozela Iyangidina lento Futh'awufun'ukungilalela Awufun'ukungihlonipha Uyathand'ukungigolozela Iyangidina lento Uyangidina uma usudakiwe Futh'uyakhala uma usudakiwe Uyangidina ma usudakiwe Futh'uyakhala uma usudakiwe Wena njalo uma usudakiwe Ufun'ukudla ngodlame Unodlame la ekhaya Wena njalo uma usudakiwe Ufun'ukudla ngodlame Unodlame la ekhaya Wena njalo uma usuphuzile Ufun'ukudla ngodlame Unodlame la ekhaya Futh'awufun'ukungilalela Awufun'ukungihlonipha Uyathand'ukungigolozela Iyangidina lento Futh'awufun'ukungilalela Awufun'ukungihlonipha Uyathand'ukungigolozela Iyangidina lento