Izinto Zabantu
Soul Brothers
3:00Wawuvumelan'ukuthi sishade mntakwethu Ngob'awukazideli zonk'izinto zomhlaba Wawuvumelan'ukuthi sishade mntakwethu Ngob'awukazideli zonk'izinto zomhlaba Ngoba manje Abantu bonke bangibon'ubulima Ngoba manje Abantu bonke bangibon'ubulima Ngiyaziwashela Futhi ngiyaziphekela Kodwa wena ukhona Ngiyaziwashela Futhi ngiyaziphekela Kodwa wena ukhona Wawuvumelan'ukuthi sishade mntakwethu Ngob'awukazideli zonk'izinto zomhlaba Wawuvumelan'ukuthi sishade mntakwethu Ngob'awukazideli zonk'izinto zomhlaba