Ngu Jesu (Bayede) (Live) (Feat. Sindi Ntombela)
Spirit Of Praise
19:40Siphila Lapho Kungaphili muntu khona Sidlula Lapho Kungadluli muntu khona Siphila Lapho Kungaphili muntu khona Sidlula Lapho Kungadluli muntu khona Asikho isikhali Esenzelwe Mina nawe Esiyophumelela uJehova engaKithi Siqala eDolweni Umasiya empini Ngoba amandla ethu Ase Mkhulekweni Ase Mkhulekweni Laph’ usathane Ehlasela Sibika eNkosini Inkosi isibiyele NgeMuva nangaphambili Laph’ usathane Ehlasela Sibika eNkosini Inkosi isibiyele NgeMuva nangaphambili Siphila Lapho Kungaphili muntu khona Sidlula naLapho Kungadluli muntu khona Asikho isikhali Esenzelwe Mina nawe Esiyophumelela uJehova engaKithi Noma sesifakwa Emlilweni oPhindaphindiwe Siyaphila naseMgodini weziNgonyama Siyaphila Inkosi isibiyele ngemuva nangaphambi bamangale abantu bebona siphuma ezingozini zeMoto Siyaphila Bamangale abantu bebona sidlul emlilweni Siyaphila inkosi isibiyele Ngemuva nangaphambili Inkosi isibiyele ngemuva nangaphambi bamangale abantu bebona siphuma ezingozini zeMoto Siyaphila Bamangale abantu bebona sidlul emlilweni Siyaphila inkosi isibiyele Ngemuva nangaphambili Siphila Lapho Kungaphili muntu khona Sidlula naLapho Kungadluli muntu khona Kungadluli muntu khona Kungadluli muntu khona Kungadluli muntu khona Asikho isikhali Esenzelwe Mina nawe Esiyophumelela uJeohova engaKithi