Impilo Yami (Live) (Feat. Nothando)
Spirit Of Praise
6:25Ngizolibonga (njalo), ngizolibonga (Mina ngizolibonga elakho leli igama) Ngizolibonga (ngizolibonga) Jesu thank you so much (ngizolibonga) Ngizolibonga (mina ngizolibonga) elakho (elakho leli igama) Ummeli wami, msindisi wami Mhlengi wami uyangilwela Ngimile namhla nginqobile Baba ngiyakubonga Ummeli wami, msindisi wami Mhlengi wami uyangilwela Ngimile namhla nginqobile Baba ngiyakubonga Ngizolibonga (ngizolibonga) njalo asilibonge igama lakhe Jeso (ngizolibonga) Sizolibonga (mina ngizolibonga) elakho (elakho leli igama) Ababalekela kulo bayasinda Jeso (ngizolibonga) Alikho elinye igama (ngizolibonga) gama elihle (mina ngizolibonga) Elakho (elakho leli igama) Hhawu limnandi lingcwele Enhlizweni lingcwele Ngizolibonga (ngizolibonga) elakho (elakho leli igama) Hhawu limnandi lingcwele Enhlizweni lingcwele Ngizolibonga elakho leli igama Hhawu limnandi lingcwele Enhlizweni lingcwele Ngizolibonga elakho leli igama Ngizolibonga (ngizolibonga), ngizolibonga Jesu (ngizolibonga) Igama lakho linamandla (mina ngizolibonga) Elakho igama (elakho leli igama) Ngizolibonga (ngizolibonga) wena wedwa ulingcwele (ngizolibonga) Ngizolibonga (mina ngizolibonga) elakho (elakho leli igama)