Nonceba
Steve Kekana
3:23Ngab'ungenwe yini we Londiwe Uyangixaka manje kulezinsuku Angisakutholi kahle Selokhu ngavum'ukuthi uyosebenza Uyangixaka sengath'unemikhuba Angisakutholi kahle Awufiki ekhaya ngisikhath'okufanel'ufike ngaso Uma manje mina sengithand'ukwazi Uthi bowusebenz'isikhath'esid'emsembenzi Noma ushiwe yibhasi Izolo ngibuya la usebenza khona Ngathol'ukuthi sekuvaliwe Ngahamba ngayokubheka emabhasini ngakuthol'ungekho Kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili Izolo ngibuya la usebenza khona Ngathol'ukuthi sekuvaliwe Ngahamba ngayokubheka emabhasini ngakuthol'ungekho Kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili Ngab'ungenwe yini we Londiwe Uyangixaka manje kulezinsuku Angisakutholi kahle Selokhu ngavum'ukuthi uyosebenza Uyangixaka sengath'unemikhuba Angisakutholi kahle Awufiki ekhaya ngisikhath'okufanel'ufike ngaso Uma manje mina sengithand'ukwazi Uthi bowusebenz'isikhath'esid'emsembenzi Noma ushiwe yibhasi Izolo ngibuya la usebenza khona Ngathol'ukuthi sekuvaliwe Ngahamba ngayokubheka emabhasini ngakuthol'ungekho Kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili Izolo ngibuya la usebenza khona Ngathol'ukuthi sekuvaliwe Ngahamba ngayokubheka emabhasini ngakuthol'ungekho Kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili